Ayiluthezi Olumanzi

ebook

By Siyanda Ngema

cover image of Ayiluthezi Olumanzi

Sign up to save your library

With an OverDrive account, you can save your favorite libraries for at-a-glance information about availability. Find out more about OverDrive accounts.

   Not today
Libby_app_icon.svg

Find this title in Libby, the library reading app by OverDrive.

app-store-button-en.svg play-store-badge-en.svg
LibbyDevices.png

Search for a digital library with this title

Title found at these libraries:

Loading...

UZiyanda uyindodakazi yakwaNene, ezithola iba sothandweni noZenzo oyindodana yakwaMhlongo. Aphinde ecelwe ukulotsholwa yisoka lakhe, ngoba babesothandweni olujulile. Kanti nalo belu ilobolo likaZiyanda laqala ngesasasa kubonakala indlela ebheke phambili. Kwayintokozo lokho ukuba indodakazi isizitholele umendo bude-buduze, emzini wakwaMhlongo. Lokho okwenza abantu bendawo bembuke ngelinye iso uZiyanda, ngoba kwakungavamile lokhu.

UZiyanda lona wayeshabasheka ngephupho lomculo, futhi elachuma kakhulu emva kokuthi azane noMgabadeli; isigwili esaziwayo sasendaweni yaseMandeni. Lokho okwenza ukuba uZiyanda angabe esanaka kahle indlela yakhe ebheke emendweni, esegxile kakhulu ekuculeni. Kanti futhi noMgabadeli engazibekile phansi nakhu phela wabe esebone intombi lapha kuZiyanda. Lokho okwenza isimo sibe lukhuni phakathi kukaZiyanda noZenzo. Nokwagcina ngokuthintibeza uthando lwabo.

Ayiluthezi Olumanzi