Ngabe uhluke kanjani uMhlophe kuMnyamana?

ebook

By Martha Qumba

cover image of Ngabe uhluke kanjani uMhlophe kuMnyamana?

Sign up to save your library

With an OverDrive account, you can save your favorite libraries for at-a-glance information about availability. Find out more about OverDrive accounts.

   Not today

Find this title in Libby, the library reading app by OverDrive.

Download Libby on the App Store Download Libby on Google Play

Search for a digital library with this title

Title found at these libraries:

Library Name Distance
Loading...

ULulu unamakati amabili, uMhlophe noMnyamana, elimhlophe kanye nelimnyama. Akalithandi ikati elimnyama futhi akalethembi. Uthanda ikati elimhlophe futhi ulibona lilihle. Ngokwakhe, la makati amabili awadalwanga ngendlela efanayo. Kule ncwadi uchazela umama wakhe ukuthi kungani ecabanga ukuthi ikati elimhlophe lingcono kunekati elimnyama. Umama uyachaza ukuthi ayafana la makati, umehluko ukumbala wesikhumba sawo. Inhloso yale ncwadi ukushintsha indlela okucabanga ngayo izingane ukuze zazi ukuthi akukho mehluko phakathi kwezinhlanga ezimhlophe kanye nezimnyama. Sonke singabantu futhi sidalwe ngendlela efanayo. Akumele sihlukumezane futhi akekho umuntu okumele aphathwe kangcono kunomunye ngoba siyizidalwa ezifanayo. Umehluko ukumbala wesikhumba sethu kuphela. Siyethemba ukuthi le ncwadi izokwenza ukuthi izingane zethu zixoxisane ukuze kususwe ukucwasana, ukubuka abanye ngendlela ethile kanye nokuphatha abanye ngendlela ehlukile ukuze zikhule zihloniphana ngendlela efanayo, kungabikho ingane ecabanga ukuthi ingcono kunezinye, futhi kungabikho ngane ebukelwa phansi ngezinye.

Ngabe uhluke kanjani uMhlophe kuMnyamana?